Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoweli 2:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Abahlohlolozani omunye nomunye; bahamba, kube yilowo nalowo ngendlela yakhe; baziphonsa phakathi kwezikhali, abakhawuli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Abakhubani omunye nomunye; bayahamba, kube yilowo nalowo endleni yakhe; abayeki ukungena ngodli phakathi kwezikhali.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Akekho ongasunduza omunye; bayakuhamba, kube yilowo nalowo ngendlela yakhe, uma bewa ngenkemba, abayikulinyazwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoweli 2:8
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wamisa abantu bonke, kwaba yilowo nalowo enesikhali sakhe esandleni sakhe, kusukela ohlangothini lokunene lwendlu kuze kube sohlangothini lwesokhohlo lwendlu, ngase-altare nasendlini nxazonke zenkosi.


Waziqinisa, wakha lonke ugange olwaludiliziwe, wabeka imibhoshongo phezu kwalo, nolunye ugange ngaphandle, waqinisa iMilo emzini kaDavide, wenza izikhali nezihlangu eziningi.


Abavusayo ugange nabathwalayo imithwalo bazithwesa benza umsebenzi ngesinye isandla, nangesinye baphatha izikhali zabo;


Mina nabafowethu, nezinceku zami, nabalindi abangilandelayo, kwakungekho kithi owakhumula izingubo zakhe; yilowo nalowo wayenesikhali esandleni sakhe.


unqanda umphefumulo wakhe ekubhujisweni, nokuphila kwakhe ukuba kungachithwa ngomkhonto.


Kepha uma bengalaleli, bayakuphela ngenkemba, bafe bengenalwazi.


izinkumbi azinankosi, kanti ziyaphuma zonke ngamaviyo;


Amahlumela akho ayihlathi lamapomegranati* anezithelo ezinqabileyo, ihena* kanye nenadi,*


Akakho oyakukhathala, akhubeke kuso; akakho oyakozela, alale; ibhande* lezinkalo zabo aliyikuthukuluka, nomchilo wezicathulo zabo awuyikugqabuka,


Bagijima njengamaqhawe, bakhwela ezingangeni njengamadoda empi; bahamba, kube yilowo nalowo ngendlela yakhe, abaphambanisi izindlela zabo.


Batheleka emzini, bagijima ogangeni; bakhuphukela ezindlini, bangena ngamafasitele njengesela.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ