Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoweli 2:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Phambi kwabo abantu bayathuthumela, bonke ubuso buyaphaphatheka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 Phambi kwabo izizwe ziyathuthumela, ubuso bonke buphaphatheke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Phambi kobuso babo abantu bayakuba nobuhlungu obukhulu; bonke ubuso buyakuba mnyama.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoweli 2:6
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nginjengemvaba emsini; izimiso zakho angizikhohlwa.


Bayashaqeka, babanjwa yiminjunju nobuhlungu, bazibinya njengababelethayo. Babhekana omunye nomunye bemangala. Ubuso babo bungubuso bamalangabi.


Ake nibuze, nibone, uma owesilisa wake wabeletha na? Ngibonelani onke amadoda enezandla zawo ezinkalweni njengobelethayo, ubuso bonke buphaphathekile, na?


Ngokulimala kwendodakazi yabantu bami ngilimele; ngidabukile, ukumangala kungibambile.


Ubuso babo sebumnyama kunelahle, abaziwa ezitaladini. Isikhumba sabo sinamathela emathanjeni abo, sishwabene, saba njengomuthi.


Liyize, alisenalutho, lichithekile; inhliziyo iyancibilika, amadolo ayashayana, imihelo isezinkalweni zonke, nobuso babo bonke buphaphathekile.


Uphi umphandu wezingonyama, nedlelo lamabhongo ezingonyama, lapho kwahamba ingonyama nengonyamakazi nebhongo lengonyama, kungekho okwesabisayo na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ