UJoweli 2:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE16 buthani abantu, ningcwelise ibandla, niqoqe abadala, nibuthe izingane nabancelayo; umyeni makaphume ekamelweni lakhe, nomakoti emgonqweni wakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202016 Qoqani abantu, ningcwelise umhlangano, niqoqe amalunga, izingane nezinsana ezisancela. Umyeni makaphume ekamelweni lakhe nomlobokazi emgonqweni wakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202416 Buthani abantu, ningcwelise ibandla, amalunga aqoqe, abuthe abantwana nabamunya amabele; akaphume umyeni ekamelweni lakhe, nomakoti aphume engutsheni yakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |