Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoweli 1:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Umvini ubunile, imikhiwane iwumile; imipomegranati,* namasundu, nemi-apula,* nemithi yonke yasendle kubunile, ngokuba intokozo ibunile phakathi kwamadodana abantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 Umvini ubunile, nomkhiwane womile; amahananadi, amasundu, izihlahla zamahhabhula nemithi yonke yasendle kubunile, impela intokozo iphelile kubantwana babantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Umvini uyabuna, nomkhiwane uyabuna; umpomegranati, nesundu, nom-apula, yonke imithi yasendle ibunile, ngokuba intokozo yabantwana babantu ibunile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoweli 1:12
19 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ubeke injabulo enhliziyweni yami edlula eyamabele abo newayini labo sekuvamile.


Olungileyo uyahluma njengesundu, uyakhula njengomsedari* eLebanoni.


Njengomapula* phakathi kwemithi yasehlathini, unjalo othandiweyo wami phakathi kwamadodana. Ngahlala phansi emthunzini wakhe ngokwenama okukhulu, nesithelo sakhe sasimnandi emlonyeni wami.


Amahlumela akho ayihlathi lamapomegranati* anezithelo ezinqabileyo, ihena* kanye nenadi,*


Ukuthokoza kususiwe kanye nokujabula ensimini; nasezivinini akuhlatshelelwa, akujatshulwa; abanyathelayo abalinyatheli iwayini ezikhamweni; ngenze ukuba kuphele ukumemeza.


Kukhalwa ngewayini ezitaladini; yonke intokozo inyamalele; injabulo yezwe idlulile.


Iwayini elisha liyalila, umvini uyahhuma, bonke ababethokoza ngenhliziyo bayabubula.


Uyakwandisa isizwe, ukhulise intokozo yaso; bathokoza phambi kwakho njengokuthokoza ekuvuneni, njengalokhu abantu bethokoza ekwabeleni kwabo impango.


Izwi lokukhala livela eHoranayimi, ukuchithwa nokuqothulwa okukhulu.


Ukuthokoza nokujabula kususiwe ensimini nasezweni lakwaMowabi; ngenze ukuba kuphele iwayini ezikhamweni; akusayikunyathelwa ngokujabula, ukumemeza akuseyikho ukumemeza.


Amasimu achithekile, umhlabathi uyalila, ngokuba amabele achithiwe; iwayini elisha lishile, amafutha ayawuma.


Akunqunywanga ukudla kwethu phambi kwamehlo ethu, intokozo nenjabulo endlini kaNkulunkulu wethu, na?


Kepha sekuzakuvela ukusa ngangomuso uNkulunkulu walungisela impehlwa; yawuphehla umhlakuva, wabuna.


Imbewu isesibuyeni na? Qha, imivini, nemikhiwane, namapomegranati,* neminqumo akuthelanga; kepha kusukela kulolu suku ngiyakukubusisa.’ ”


Ngenxa yenu ngiyakukhuza okudlayo, kungachithi izithelo zomhlabathi wenu, nemivini yenu ayiyikuphutha endle,” usho uJehova Sebawoti.


Bafika esiGodini sase-Eshikoli,* banquma khona igatsha elinehlukuzo lezithelo zomvini, balithwala ngothi phakathi kwababili, kanye namapomegranati* namakhiwane.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ