Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 8:34 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Ngasemuva wafunda onke amazwi omthetho, isibusiso nesiqalekiso, njengakho konke okulotshiwe encwadini yomthetho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

34 Emveni kwalokho, uJoshuwa wafunda wonke amazwi omthetho, izibusiso neziqalekiso, njengakho konke okwakubhalwe encwadini yoMthetho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Ngemva kwalokho wafunda wonke amazwi omthetho, izibusiso neziqalekiso, ngokuvumelana nakho konke okulotshwe encwadini yomthetho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 8:34
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngalolo suku kwafundwa encwadini kaMose ezindlebeni zabantu; kwafunyanwa kulotshiwe kuyo ukuthi owakwa-Amoni nowakwaMowabi abanakungena ebandleni likaNkulunkulu kuze kube phakade,


Basukuma endaweni yabo, bafunda encwadini yomthetho kaJehova uNkulunkulu wabo inxenye yesine yosuku; inxenye yesine bavuma izono zabo, bakhuleka kuJehova uNkulunkulu wabo.


“AmaLevi ayakuphendula, athi kuwo onke amadoda akwa-Israyeli ngezwi elikhulu:


UJehova uyakukushaya ngobuhlanya, nangobumpumputhe, nangokugcwaneka,


Le ncwadi yomthetho mayingasuki emlonyeni wakho, kepha wozindla ngayo imini nobusuku ukuba uqaphele ukwenza njengakho konke okulotshwe kuyo, ngokuba lapho uyakuhlahlamelisa indlela yakho, uphumelele kahle.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ