Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 8:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ngokuba nxa uJoshuwa nabo bonke abakwa-Israyeli bebona ukuthi abaqamekeleyo bawuthathile umuzi nokuthi umusi womuzi wenyuka, base bebuyela emuva, bawabulala amadoda ase-Ayi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

21 Kuthe lapho uJoshuwa nawo wonke u-Israyeli bebona ukuthi umuzi udliwe ngababewuhlasela, nokuthi isikhatha sentuthu yomuzi sasenyukela phezulu, baphenduka babulala amabutho ase-Ayi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Lapho uJoshuwa no-Israyeli wonke bebona ukuthi abaqamekeli bawuthathile umuzi nokuthi umusi wawukhuphuka emzini, baphenduka bawabulala amadoda ase-Ayi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 8:21
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha uJowabe esebona ukuthi izimpondo zempi zimhaqile ngaphambili nangasemuva wakhetha kwabakhethekileyo bakwa-Israyeli, wabahlela ukuba balwe nama-Aramu;


Kwathi lapho u-Adoni Sedeki inkosi yaseJerusalema esezwile ukuthi uJoshuwa uthathile i-Ayi, waliqeda nya njengalokho ebenzile kulo iJeriko nenkosi yalo, wayenze njalo kulo i-Ayi nenkosi yalo nokuthi abakhileyo eGibeyoni benzile ukuthula no-Israyeli, baba phakathi kwabo,


Lapho amadoda ase-Ayi ebheka emva kwabo, abona, bheka, umusi womuzi wenyukela ngasezulwini; ayengenamandla ukubaleka ngalapha noma ngalapha, lapho abantu ababebalekele ngasehlane sebephendukela ababaxoshayo.


Labo abanye baphuma emzini ukuba babahlasele baze babe phakathi kuka-Israyeli, abanye ngalapha, abanye ngalapha, bababulala, kwaze kwangasala muntu owaphunyuka, wabaleka.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ