Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 7:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 O Nkosi, ngiyakuthini, lapha abakwa-Israyeli sebefulathele izitha zabo na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Hawu, Nkosi! Sengizothini njengoba u-Israyeli efulathele wehlulwa yizitha zakhe, na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 O Nkosi, ngiyakuthini uma u-Israyeli efulathela izitha zakhe na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 7:8
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Manje siyakuthini, Nkulunkulu wethu, emva kwalokhu na? Ngokuba sishiyile imiyalo yakho


Usihlehlisela emuva esitheni; abasizondayo bayaziphangela.


Futhi ubuyisele emuva usiko lwenkemba yakhe, awumvumelanga ukuma ekulweni.


Ngiyakuma endaweni yami yokulinda, ngigcule enqabeni, ngikhangele ukubona ukuthi uyakukhulumani kimi nokuthi ngiyakuphendulani ngokusola kwami.


UJoshuwa wathi: “Maye, Nkosi Nkulunkulu! Ubaweliseleni iJordani nakanye laba bantu ukuba usinikele esandleni sama-Amori, usibhubhise, na? Sengathi nga saneliswa ukuhlala ngaphesheya kweJordani!


Ngokuba amaKhanani nabo bonke abakhileyo ezweni bayakukuzwa, basihaqe, banqume igama lethu emhlabeni; uyakwenzela ntoni igama lakho elikhulu na?”


Kwathi abantu bengena ekamu,* amalunga akwa-Israyeli athi: “UJehova usibulaleleni phambi kwamaFilisti na? Masithathe umphongolo wesivumelwano sikaJehova eShilo, siwulethe kithi, ufike phakathi kwethu, usisindise esandleni sezitha zethu.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ