UJoshuwa 5:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Ngokuba bonke abantu abaphuma babesokiwe, kepha bonke abantu abazalwa ehlane ngasendleleni ekuphumeni kwabo eGibithe babengabasokanga. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20205 Nakuba bonke ababephume eGibhithe babesokiwe, bonke abazalelwa endleleni kudatshulwa ehlane emveni kokuphuma eGibhithe, babengasokiwe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20245 Bonke abantu abaphuma basokwa; kodwa bonke abantu ababezalelwe ehlane endleleni ekuphumeni kwabo eGibithe abazange babasoke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngokuba abantwana bakwa-Israyeli bahamba iminyaka engamashumi amane ehlane, saze saphela isizwe sonke, yiwo amadoda empi aphuma eGibithe, lokhu engalalelanga izwi likaJehova, afunga kuwo uJehova ukuthi akayikuwabonisa izwe uJehova alifungela oyise ethi uyakusinika lona, izwe elivame ubisi nezinyosi.