Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 22:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 UFinehasi indodana ka-Eleyazare umpristi nezikhulu babuya kubantwana bakwaRubeni nakubantwana bakwaGadi ezweni lakwaGileyadi, bebuyela ezweni laseKhanani kubantwana bakwa-Israyeli, bababuyisela izwi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

32 Umphristi uFinehasi, indodana ka-Eleyazare, nezikhulu babuyela emuva besuka kwaRubeni nakwaGadi kwaGileyadi eKhanani, babuyela kwa-Israyeli nezwi abaliphathisiwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

32 UFinehasi, indodana ka-Eleyazare, umpristi, nezikhulu babuya kubantwana bakwaRubeni nakubantwana bakwaGadi ezweni lakwaGileyadi, baya ezweni laseKhanani kubantwana bakwa-Israyeli, babavumela ukuba babavumele yazi futhi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 22:32
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Njengokubanda kweqhwa ngosuku lokuvuna, sinjalo isithunywa esithembekileyo kosithumileyo, ngokuba siyahlumelela inkosi yaso.


UFinehasi indodana ka-Eleyazare umpristi wathi kubantwana bakwaRubeni nakubantwana bakwaGadi nakubantwana bakwaManase: “Namuhla siyazi ukuthi uJehova uphakathi kwethu, ngokuba anenzanga lesi siphambeko kuJehova; manje senophulile abantwana bakwa-Israyeli esandleni sikaJehova.”


Leyo nto yaba nhle emehlweni abantwana bakwa-Israyeli; abantwana bakwa-Israyeli bambonga uNkulunkulu, ababe besasho ukuthi bayakukhuphuka babahlasele, bachithe izwe ababehlala kulo abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ