UJoshuwa 22:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE25 UJehova wenzile iJordani umkhawulo phakathi kwethu nani, nina bantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi; aninasabelo kuJehova;’ abantwana benu bese bebuyisela emuva abantwana bethu ukuba bangabe besamesaba uJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202025 Ngokuba uSimakade ulenzile iJordani laba ngumngcele phakathi kwethu nani, nina bakwaRubeni nabakwaGadi; aninasabelo kuSimakade.’ Izingane zenu zingenza abantwana bethu bayeke ukukhonza uSimakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202425 Ngokuba uJehova wenze iJordani laba umkhawulo phakathi kwethu nani bantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi. Awunasabelo kuJehova; ngakho abantwana benu bazakwenza ukuthi abantwana bethu bayeke ukumesaba uJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
kepha libe ngufakazi phakathi kwethu nani naphakathi kwezizukulwane zethu emva kwethu, ukuze senze inkonzo kaJehova phambi kwakhe ngeminikelo yethu yokushiswa, nangemihlatshelo yethu, nangeminikelo yethu yokuthula, ukuba abantwana benu bangasho kubantwana bethu ngesikhathi esizayo ukuthi: ‘Aninasabelo kuJehova.’