Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 21:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Abantwana bakwaGereshoni babelwa emindenini yesizwe sakwa-Isakare, nasesizweni sakwa-Asheri, nasesizweni sakwaNafetali, nakuyo inxenye yesizwe sakwaManase eBashani imizi eyishumi nantathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 Abozalo lukaGerishoni bathola imizi eli-13 emindenini yesizwana sakwa-Isakhare, esakwa-Asheri, esakwaNafethali nasengxenyeni yesizwana sakwaManase, eBhashani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Abantwana bakwaGereshoni babelwa imizi eyishumi nantathu emindenini yesizwe sakwa-Isakare, nasesizweni sakwa-Asheri, nasesizweni sakwaNafetali, nasenxenyeni yesizwe sakwaManase eBashani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 21:6
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kodwa amasimu omuzi nemizana yawo bakunika uKalebi, indodana kaJefune.


namadodana kaGereshomu ngemindeni yawo esizweni sakwa-Isakare, nasesizweni sakwa-Asheri, nasesizweni sakwaNafetali, nasesizweni sakwaManase, eBashani, imizi eyishumi nantathu,


Abantwana abaseleyo bamaKohati babelwa emindenini yesizwe sakwa-Efrayimi, nasesizweni sakwaDani, nakuyo inxenye yesizwe sakwaManase imizi eyishumi.


Abantwana bakwaMerari ngemindeni yabo babelwa esizweni sakwaRubeni, nasesizweni sakwaGadi, nasesizweni sakwaZebuloni imizi eyishumi nambili.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ