Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 21:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Abantwana abaseleyo bamaKohati babelwa emindenini yesizwe sakwa-Efrayimi, nasesizweni sakwaDani, nakuyo inxenye yesizwe sakwaManase imizi eyishumi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Basalayo bozalo lukaKhohathi bathola ngonkatho imizi elishumi emindenini yesizwana sakwa-Efrayimi, nesakwaDani, nasengxenyeni yesizwana sakwaManase.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Abanye abantwana bakwaKohati baba nemizi eyishumi emindenini yesizwe sakwa-Efrayimi nasesizweni sakwaDani nasenxenyeni yesizwe sakwaManase.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 21:5
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amadodana kaLevi: ngoGereshoni, noKohati, noMerari.


noBuki indodana yakhe, no-Uzi indodana yakhe, noZeraya indodana yakhe,


Amadodana aseleyo kaKohati anikwa ngenkatho emndenini wesizwe, enxenyeni yesizwe, inxenye kaManase, imizi eyishumi,


KwaKohati kwavela umndeni wama-Amramu, nomndeni wamaJisihari, nomndeni wamaHebroni, nomndeni wama-Uziyeli; yileyo eyimindeni yamaKohati.


Inkatho yadla imindeni yamaKohati; abantwana bakwa-Aroni umpristi ababe ngamaLevi babelwa esizweni sakwaJuda, nasesizweni sakwaSimeyoni, nasesizweni sakwaBenjamini imizi eyishumi nantathu.


Abantwana bakwaGereshoni babelwa emindenini yesizwe sakwa-Isakare, nasesizweni sakwa-Asheri, nasesizweni sakwaNafetali, nakuyo inxenye yesizwe sakwaManase eBashani imizi eyishumi nantathu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ