UJoshuwa 2:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 wathi kumadoda: “Ngiyazi ukuthi uJehova uninikile izwe, nokuthi sehlelwe ngukunesaba, nokuthi bonke abakhileyo ezweni baphela amandla phambi kwenu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20209 wathi kuzo: “Ngiyazi ukuthi uSimakade uNkulunkulu uninikile leli lizwe nokuthi sonke sigcwele ingebhe ngenxa yenu, nokuthi zonke izakhamuzi zaleli lizwe zinesaba okokufa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20249 Wayesethi emadodeni: “Ngiyazi ukuthi uJehova uninikile izwe, nokuthi ingebhe yenu isehlele, nokuthi bonke abakhileyo ezweni bafa ngenxa yenu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Kwathi onke amakhosi ama-Amori ayengaphesheya kweJordani ngasentshonalanga, nawo onke amakhosi amaKhanani ayengaselwandle esezwa ukuthi uJehova womise amanzi aseJordani phambi kwabantwana bakwa-Israyeli saze sawela, izinhliziyo zabo zaphela amandla, kungabe kusaba khona sibindi ngenxa yabantwana bakwa-Israyeli.