UJoshuwa 2:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE24 Athi kuJoshuwa: “UJehova unikile ezandleni zethu izwe lonke; bonke abakhileyo ezweni baphela amandla phambi kwethu.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202024 Athi kuJoshuwa: “Ngempela, uSimakade ulinikele lonke izwe ezandleni zethu; ngaphezu kwalokho zonke izakhamuzi zezwe ziyagedezela wuvalo lokusesaba.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202424 Bathi kuJoshuwa: “Impela uJehova unikele lonke izwe esandleni sethu; ngokuba bonke abakhileyo ezweni bayabhubha ngenxa yethu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Kwathi onke amakhosi ama-Amori ayengaphesheya kweJordani ngasentshonalanga, nawo onke amakhosi amaKhanani ayengaselwandle esezwa ukuthi uJehova womise amanzi aseJordani phambi kwabantwana bakwa-Israyeli saze sawela, izinhliziyo zabo zaphela amandla, kungabe kusaba khona sibindi ngenxa yabantwana bakwa-Israyeli.