Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 17:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Umkhawulo wehlela emfudlaneni iKhana ngaseningizimu komfula; leyo mizi yayingeka-Efrayimi phakathi kwemizi kaManase; umkhawulo kaManase wawungasenyakatho komfula; ukuphuma kwawo kwakuselwandle;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Umngcele uyedlula uye phansi esigodini iKhana. Leyo mizi engaseningizimu yesigodi, phakathi kwemizi yakwaManase, yayingeyakwa-Efrayimi. Umngcele wakwaManase uqhubeka wedlule ngasenyakatho yesigodi uze uyogcina olwandle.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Umkhawulo wehlela emfuleni iKhana eningizimu yomfula; Le mizi yakwa-Efrayimi iphakathi kwemizi yakwaManase; umkhawulo kaManase wawungasenyakatho komfula, ukuphuma kwawo kwakungaselwandle;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 17:9
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

sehlela ngasentshonalanga emkhawulweni wamaJafeleti kuze kube semkhawulweni weBeti Horoni laseNzansi naseGezeri; ukuphuma kwaso kwakuselwandle.


okwaseningizimu kwakungokuka-Efrayimi, okwasenyakatho kwakungokukaManase, ulwandle lwalungumkhawulo wakhe; bafinyelela kwa-Asheri ngasenyakatho nakwa-Isakare ngasempumalanga.


umkhawulo wajika waya eRama, nasemzini obiyelweyo waseTire; umkhawulo wajika waya eHosa; ukuphuma kwawo kwakuselwandle ngasezweni lase-Akizibi;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ