Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 17:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Izwe laseTaphuwa lalingelikaManase, kepha iTaphuwa elisemkhawulweni kaManase lalingelabantwana bakwa-Efrayimi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 IThaphuwa kwakungelakwaManase, kodwa umuzi iThaphuwa osemngceleni wakwaManase wawungowozalo luka-Efrayimi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 UManase waba lelizwe laseTaphuwa, kodwa iThaphuwa elisemngceleni kaManase lalingelabantwana bakoEfrayimi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 17:8
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Ngasemkhawulweni wakwaManase, kusukela ohlangothini lwasempumalanga kuze kube sohlangothini lwasentshonalanga, u-Efrayimi uyakuba nesabelo.


inkosi yaseTaphuwa: inye; inkosi yaseHeferi: inye;


neZanowa, ne-Eni Ganimi, neTaphuwa, ne-Enamu,


Kusukela eTaphuwa umkhawulo waya ngasentshonalanga, wafika emfudlaneni iKhana; ukuphuma kwawo kwakuselwandle. Lelo liyifa lesizwe sabantwana bakwa-Efrayimi ngemindeni yabo


Umkhawulo kaManase wasuka kwa-Asheri, waya eMikemetha elingaphambi kweShekemi; umkhawulo wawusuya ngakwesokunene kwabakhileyo e-Eni Taphuwa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ