Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 17:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 UJoshuwa wayesekhuluma kuyo indlu kaJosefa, naku-Efrayimi, nakuManase, ethi: “Uyisizwe esikhulu, unamandla amakhulu; awuyikuba nasabelo esisodwa nje;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 UJoshuwa wathi kubo abendlu kaJosefa nabaka-Efrayimi noManase: “Uyisizwe esikhulu impela, futhi unamandla amakhulu, awuyukunikwa isabelo esisodwa,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 UJoshuwa wakhuluma kuyo indlu kaJosefa, ku-Efrayimi noManase, wathi: “Niyisizwe esikhulu, ninamandla amakhulu; ungase ungabi nesiphetho esisodwa nje.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 17:17
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ingelosi engisindise ebubini bonke mayibusise abafana; mababizwe ngegama lami nangegama lawobaba o-Abrahama no-Isaka; mabande, babe baningi phakathi kwezwe.”


Bathi abantwana bakwaJosefa: “Izintaba azisanele; onke amaKhanani ahlala ezweni lesigodi anezinqola zensimbi, wona aseBeti Sheyani kanye nemizana yalo nawo asesiGodini saseJizreyeli.”


kepha izintaba ziyakuba ngezakho; noma ziyihlathi, woligawula; namaphethelo alo mawabe ngawakho, ngokuba uyakuwaxosha amaKhanani, nakuba enezinqola zensimbi nakuba enamandla.”


Kwakukhona umuntu waseRamatayimi Sofimu lasezintabeni zakwa-Efrayimi ogama lakhe lalingu-Elkana indodana kaJerohamu ka-Elihu kaTholu kaSufi wakwa-Efrayimi;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ