UJoshuwa 15:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE11 umkhawulo wawusuphuma, waya eceleni kwe-Ekroni ngasenyakatho; umkhawulo wasuka waya eShikeroni, wadlula waya entabeni yaseBahala, waphuma eJabineyeli; ukuphuma komkhawulo kwakuselwandle. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202011 umngcele wedlule emthambekeni wegquma elisenyakatho ye-Ekhroni, bese ujikela eShikheroni wedlule entabeni iBhahala, udlulele eJabhineyeli uze uyogcina olwandle. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202411 umkhawulo waphuma waya eceleni kwe-Ekroni ngasenyakatho, umkhawulo waphuma waya eSikroni, wadlula entabeni yaseBahala, waphuma waya eJabineyeli; ukuphuma komngcele kwakusolwandle. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Zathi kuye: “Kwakhuphuka umuntu ukuba asihlangabeze, wathi kithi: ‘Hambani, nibuyele enkosini enithumileyo, nithi kuyo: “Usho kanje uJehova, uthi: Kungokuba kungekho Nkulunkulu kwa-Israyeli ukuba uthume ukubuza kuBali Zebubi unkulunkulu wase-Ekroni na? Ngalokho umbhede okhuphukele kuwo awuyikwehlika kuwo, kepha uyakufa nokufa.” ’ ”