Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 13:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 UMose wanika isizwe sakwaGadi, abantwana bakwaGadi, ngemindeni yaso.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

24 UMose wanika isizwana sakwaGadi ifa, ngokwemindeni yaso:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

24 UMose wanika isizwe sakwaGadi ifa, abantwana bakwaGadi ngezizukulwane zabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 13:24
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amadodana kaZilipa incekukazi kaLeya ayengoGadi no-Asheri; lawo angamadodana kaJakobe awazalelwa ePhadani Aramu.


Bahlala kwaGileyadi eBashani nasemizini yalo nasemadlelweni onke aseSharoni kwaze kwaba semikhawulweni yawo.


“Ngasemkhawulweni wakwaZebuloni, kusukela ohlangothi lwasempumalanga kuze kube sohlangothini lwasentshonalanga uGadi uyakuba nesabelo.


Umkhawulo wabantwana bakwaRubeni wawuyiJordani nogu lwalo. Lelo laliyifa labantwana bakwaRubeni ngemindeni yabo, imizi nemizana yabo.


Umkhawulo wabo wawuyiJazeri, nayo yonke imizi yakwaGileyadi, nenxenye yezwe labantwana bakwa-Amoni, kuze kufike e-Aroweri elingaphambi kweRaba,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ