Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 12:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 inkosi yase-Egiloni: inye; inkosi yaseGezeri: inye;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 inkosi yase-Egiloni: iyodwa; inkosi yaseGezeri: iyodwa;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 inkosi yase-Egiloni, eyodwa; inkosi yaseGezeri, eyodwa;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 12:12
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide wenze njalo njengalokho uJehova emyalile, wachitha amaFilisti kusukela eGeba kuze kufike eGezeri.


Abantwana bangena-ke, balidla izwe, wahlula phambi kwabo abakhe ezweni, amaKhanani, wabanikela ezandleni zabo, kanye namakhosi abo, nabantu bezwe, ukuba benze kubo njengokuthanda kwabo.


Benze njalo-ke; bawakhiphela kuye lawo makhosi omahlanu emhumeni: inkosi yaseJerusalema, nenkosi yaseHebroni, nenkosi yaseJarimuthi, nenkosi yaseLakishi, nenkosi yase-Egiloni.


Ngalokho u-Adoni Sedeki inkosi yaseJerusalema wathumela kuHohamu inkosi yaseHebroni, nakuPiramu inkosi yaseJarimuthi, nakuJafiya inkosi yaseLakishi, nakuDebiri inkosi yase-Egiloni, wathi:


Khona kwakhuphuka uHoramu inkosi yaseGezeri ukuba asize iLakishi; kepha uJoshuwa wambulala nabantu bakhe, akaze amshiyela noyedwa owasalayo.


UJoshuwa wasuka eLakishi, bonke abakwa-Israyeli benaye, waya e-Egiloni; bamisa malungana nalo, balwa nalo.


inkosi yaseJarimuthi: inye; inkosi yaseLakishi: inye;


inkosi yaseDebiri: inye; inkosi yaseGederi: inye;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ