UJoshuwa 11:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE4 Aphuma wona nawo onke amabandla awo enawo, abantu abaningi, bengangesihlabathi esisogwini lolwandle ngobuningi, namahhashi nezinqola eziningi kakhulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20204 Aphuma wonke namabutho awo, impikazi eyayingangesihlabathi solwandle, inamahhashi amaningi kakhulu, nezinqola zempi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20244 Base bephuma, bona nawo onke amabutho abo kanye nabo, abantu abaningi ngangesihlabathi esisogwini lolwandle ngobuningi, namahhashi nezinqola eziningi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |