Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJoshuwa 10:34 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 UJoshuwa wasuka eLakishi, bonke abakwa-Israyeli benaye, waya e-Egiloni; bamisa malungana nalo, balwa nalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

34 UJoshuwa wasuka eLakhishi, nabo bonke abakwa-Israyeli, baya e-Egiloni; bakanisa maqondana nalo, balwa nalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

34 UJoshuwa wayesesuka eLakishi, waya e-Egiloni, no-Israyeli wonke kanye naye; futhi bamisa ngokumelene nalo futhi balwa nalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJoshuwa 10:34
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngalokho u-Adoni Sedeki inkosi yaseJerusalema wathumela kuHohamu inkosi yaseHebroni, nakuPiramu inkosi yaseJarimuthi, nakuJafiya inkosi yaseLakishi, nakuDebiri inkosi yase-Egiloni, wathi:


Khona kwakhuphuka uHoramu inkosi yaseGezeri ukuba asize iLakishi; kepha uJoshuwa wambulala nabantu bakhe, akaze amshiyela noyedwa owasalayo.


Balithatha ngalolo suku, balichitha ngosiko lwenkemba; nabo bonke ababekulo wabaqothula ngalolo suku njengakho konke abekwenzile kulo iLakishi.


inkosi yase-Egiloni: inye; inkosi yaseGezeri: inye;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ