UJona 2:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE10 UJehova wakhuluma kuyo inhlanzi, yamhlanzela uJona emhlabathini owomileyo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202010 USimakade wayiyala inhlanzi ukuba imhlanze uJona, yase imkhafulela emhlabathini owomileyo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202410 UJehova wakhuluma enhlanzini, yamkhafulela uJona emhlabathini owomileyo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngalokho ekufikeni kwami kwaba ngani ukuba kungabikho muntu, nasekubizeni kungabikho ophendulayo, na? Isandla sami sifinyeziwe nokufinyezwa, ukuze singahlengi na? Noma angisenamandla okophula na? Bheka, ngokukhuza kwami ngiyomisa ulwandle, ngenze imifula ibe yihlane; izinhlanzi zalo ziyanuka, ngokuba awakho amanzi, ziyafa ukoma.