Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJona 1:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Base bethi kuye: “Ake usitshele ukuthi kungenxa kabani lobu bubi buphezu kwethu. Umsebenzi wakho uyini? Uvelaphi? Liphi izwe lakini, ungowasiphi isizwe na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Ayesethi kuye: “Sitshele ukuthi ngubani owenze sehlelwa yile nhlekelele? Wenza msebenzi muni wena? Uvela kuliphi izwe, futhi ungowasiphi isizwe na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Base bethi kuye: “Sitshele ukuthi kungenxa kabani lobu bubi buphezu kwethu; uyini umsebenzi wakho futhi uvelaphi? iliphi izwe lakini ungowasiphi isizwe?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJona 1:8
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UFaro wayesethi kubafowabo: “Uyini umsebenzi wenu na?” Bathi kuFaro: “Izinceku zakho zingabelusi, thina nawobaba.”


Ngakho, vumani izono omunye komunye, nikhulekelane ukuba niphulukiswe. Umkhuleko oqinileyo wolungileyo unamandla kakhulu.


UJoshuwa wayesethi ku-Akani: “Ndodana yami, ake umnike uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli inkazimulo, uvume kuye, ungitshele okwenzileyo, ungangifihleli.”


USawule wayesethi kuJonathani: “Ngitshele okwenzileyo.” UJonathani wamtshela wathi: “Impela ngezwa ingcosana yezinyosi ngesihloko senduku eyayisesandleni sami; bheka, sengizakufa.”


UDavide wathi kuye: “Ungokabani na? Uvelaphi na?” Wathi: “Ngiyinsizwa yaseGibithe, inceku yomAmaleki, kepha inkosi yami yangishiya, ngokuba sekuyizinsuku ezintathu ngigula.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ