Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 9:28 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 ngiyesaba nokho bonke ubuhlungu bami, ngiyazi ukuthi awuyikungibheka nginjengongenacala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

28 nokho ngiyabesaba bonke ubuhlungu bami, ngiyazi awuyukungithatha njengongenacala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Ngesaba zonke izinsizi zami, ngiyazi ukuthi awuyikungiphatha ngimsulwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 9:28
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uma ngona, uyangiqaphela; awuyikuthethelela ukona kwami.


yebo, khona ubuyakubala izinyathelo zami, ungaqapheli isono sami.


“Noma ngikhuluma, ubuhlungu bami abudanjiswanga; noma ngiyeka, kuyini okumuka kimi na?


Lapho ngikhumbula nje, ngishaywa luvalo; ukwesaba kubamba inyama yami.


ngokuba engikwesabayo sekuyangifikela, nenginovalo ngakho sekuyangehlela.


Bheka, uthola amathuba ngami, ungishaya isitha sakhe.


Awuthetheleli ngani isiphambeko sami, ususe isono sami, na? Ngokuba manje ngiyakulala phansi othulini; uyakungifunisisa, kepha angiyikubakho.”


“Ngeqiniso ngiyazi ukuthi kunjalo, kepha umuntu angaba elungile phambi kukaNkulunkulu na?


Inyama yami iyathuthumela ngovalo ngawe, ngiyesaba izahlulelo zakho.


Uma wena Jehova uqaphela iziphambeko, Nkosi, ngubani ongema na?


“Ungaliphathi ngeze igama likaJehova uNkulunkulu wakho, ngokuba uJehova akayikumyeka oliphatha ngeze igama lakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ