Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 9:27 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Noma ngithi ngiyakukhohlwa ukukhala kwami, ngiyeke ukunyukubala kwami, ngincibilike,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

27 Uma ngithi: ‘Ngizokhohlwa ngukukhononda, ngizoyeka ukunyukubala, ngithakase,’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Uma ngithi: Ngiyakukhohlwa ukukhala kwami, ngishiye ukuphika kwami, ngiziduduze.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 9:27
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Noma ngikhuluma, ubuhlungu bami abudanjiswanga; noma ngiyeka, kuyini okumuka kimi na?


“Ngalokho nami angiyikubamba umlomo wami; ngiyakukhuluma osizini lomoya wami, ngikhale ngomunyu womphefumulo wami.


Lapho ngithi umbhede wami uyakungiduduza, ukhukho lwami lungithwalise ukukhala kwami,


Ngizwele, ungiphendule; ngiyayaluza ekukhaleni kwami, ngiyabubula


Alunakududuzeka kimi usizi oluphezu kwami, inhliziyo yami idangele.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ