Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 8:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 ngokuba thina singabezolo nje, asinalwazi, lokhu imihla yethu emhlabeni iyithunzi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 ngoba thina singabayizolo nje, asinalwazi; izinsuku zethu emhlabeni ziyithunzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 (Ngokuba singabayizolo, asazi lutho, ngokuba izinsuku zethu emhlabeni ziyisithunzi;)

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 8:9
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJakobe wathi kuFaro: “Izinsuku zeminyaka yokugogobala kwami ziyiminyaka eyikhulu namashumi amathathu; ziyingcosana, zimbi izinsuku zeminyaka yokuhamba kwami, azifinyelelanga ezinsukwini zeminyaka yokuhamba kwawobaba emihleni yokugogobala kwabo.”


Ngokuba singabafokazi phambi kwakho nezihambi njengabo bonke obaba; izinsuku zethu emhlabeni zinjengethunzi, nethemba alikho.


Inkosi uRehobowamu yelulekana namalunga ayemile phambi kukaSolomoni uyise esekhona, yathi: “Nina ningeluleka ukubuyisela mpenduloni kulaba bantu na?”


“Umuntu ozelwe ngowesifazane imihla yakhe mifushane, igcwele ukuyaluza.


Uyavela njengembali, abune; ubaleka njengethunzi, angemi.


Ngathi: ‘Makukhulume izinsuku, ubuningi beminyaka bazise ukuhlakanipha.’


“Imihla yami iyashesha kunesaluko, iphela ingenathemba.


bona abayikukufundisa yini, bakutshele, bakhiphe amazwi ezinhliziyweni zabo, na?


Izinsuku zami zinjengethunzi elandayo; mina uqobo ngiyabuna njengotshani.


Kepha wena Jehova uyakuhlala kuze kube phakade, nesikhumbuzo sakho ezizukulwaneni ngezizukulwane.


Umuntu ufana nomoya; izinsuku zakhe zinjengethunzi elidlulayo.


Bheka, izinsuku zami wazenza zaba ngangobubanzi besandla; imihla yokuphila kwami ayilutho kuwe; impela yilowo nalowo muntu ungumoya nje, noma eqine kangakanani. Sela*


Abanakwazi, abanakuqonda, bahamba ebumnyameni; izisekelo zonke zomhlaba ziyazamazama.


Ngokuba iminyaka eyinkulungwane emehlweni akho injengezolo selidlulile, nanjengomlindo ebusuku.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ