Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 8:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 “UNkulunkulu akamlahli opheleleyo, kabambi isandla sababi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 “Phela uNkulunkulu akayukumlahla ongenasici, akayukuzibamba izandla zabenza okubi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Bheka, uNkulunkulu akalahli opheleleyo, futhi akabasizi abenza okubi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 8:20
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Makube kude nawe ukwenza ngale ndlela, ukubulala olungileyo kanye nomubi, olungileyo abe njengomubi; lokhu makube kude nawe; umahluleli womhlaba wonke ubengayikwenza ukulunga na?”


bokuthi omubi ugodlelwa usuku lokubhujiswa nokuthi bayamukiswa ngosuku lwentukuthelo, na?


Ake ukhumbule ukuthi ngubani owake wachithwa engenacala na? Babhujiswaphi abalungileyo na?


Ukuphela kunye nje; ngalokho ngithi: ‘Uyaqeda ongenasici kanye nomubi.’


Labo bayakhala, uJehova uyezwa; uyabakhulula kuzo zonke izinhlupheko zabo.


Noma ekhubeka, akayikuwa phansi, ngokuba uJehova uphasa isandla sakhe.


Mbhekisise ongasolekiyo, umbone oqotho; ngokuba umuntu wokuthula, ukugcina kwakhe kuhle.


Ngokuba uJehova akayikulahla abantu bakhe, nefa lakhe akayikulishiya.


Ohamba ngobuqotho uhamba ngokulondeka, kepha ohlanekezela izindlela zakhe uyakwaziwa.


“Usho kanje uJehova kogcotshiweyo wakhe, kuKoresi, osandla sakhe sokunene ngisibambile ukuba ngahlule izizwe phambi kwakhe, ngithukulule izinkalo zamakhosi, ngivule iminyango phambi kwakhe, amasango angabe esavalwa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ