Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 8:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Izimpande zakhe ziyathandela enqwabeni yamatshe, aqhekeze indawo yamatshe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 Izimpande zakhe ziyathandela enqwabeni yamatshe, zikhule phakathi kwamatshe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Izimpande zakhe zizungeza inqwaba, ubona indawo yamatshe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 8:17
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izimpande zakhe ziyakoma ngaphansi; phezulu kuyabuna amagatsha akhe.


Impande yami iyazivulela amanzi; amazolo alala ubusuku bonke egatsheni lami;


Yena uluhlaza phambi kwelanga; imixhantela yakhe iyaxhantela ensimini yakhe.


Uma echithwa endaweni yakhe, iyakumala ngokuthi: ‘Angizange ngikubone.’


Yebo, banele ukutshalwa nje, yebo, banele ukuhlwanyelwa nje, yebo, isiqu sanele ukugxila emhlabathini, abesephephetha kubo, babune, isivunguvungu sibasuse njengamabibi.


Ngalokho njengolimi lomlilo ludla amabibi, nezikhotha ezomileyo zizika elangabini, impande yabo iyakuba njengokubola, nembali yabo iyakuthuquka njengebhuqu, ngokuba balahlile umthetho kaJehova Sebawoti, balidelela izwi loNgcwele ka-Israyeli.


Kusasa bedlula babona umkhiwane ubunile kusukela ezimpandeni.


Yilabo abayizisihla emadilini enu othando bedla nani, bengesabi, baziklabisa; bangamafu angenamanzi, aqhutshwa yimimoya; bayimithi yasebusika engenazithelo, efe kabili, isishuliwe;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ