Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 7:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ifu liphela lihamba; kanjalo owehlele endaweni yabafileyo akasayikukhuphuka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Njengokuba ifu linyamalala lingabe lisaba bikho, unjalo-ke owehlele endaweni yabafileyo, akasayukukhuphuka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Njengalokhu ifu liyanyamalala futhi linyamalale, kanjalo owehlela eHayidesi kayikubuya enyuke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 7:9
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Manje usefile; ngiyakuzilelani na? Ngingambuyisa yini? Ngiyakuya kuye, kepha yena akayikubuyela kimi.”


Ngokuba simelwe ukufa, sinjengamanzi achithwa emhlabathini, angenakuqoqwa futhi; uNkulunkulu akasusi ukuphila, kepha uqamba amasu ukuba oxoshiweyo angabi ngumxoshwa kuye.


ngingakayi lapho ngingasayikubuya khona, izwe lobumnyama nelomthunzi wokufa,


Kuphakeme njengezulu – ungenzani na? Kujulile kunendawo yabafileyo – ungazini na?


Ngokuba iyingcosana iminyaka eyakubalwa, ngingakahambi indlela engingayikubuya kuyo.


Uma ngithemba ukuthi indawo yabafileyo iyindlu yami, ngendlalele ukhukho lwami ebumnyameni,


Liyakwehlela emigoqweni yendawo yabafileyo, lapho kuyakuba khona ukuphumula othulini kanyekanye.”


Ngokuba kalokhu ngakube ngilele, ngithule; khona ngakube ngilele ubuthongo nginokuphumula


Ingebhe ithululwa phezu kwami; njengomoya luyaxoshwa udumo lwami; inhlalakahle yami iyadlula njengefu.


Yebo, uyathwesa amafu ngokuswakama; uyeneka amafu onyazi lwakhe.


Yeka ukungibuka, ngize ngincibilike, ngingakamuki lapha, ngingabe ngisabakho.”


Abafileyo ababuyi baphile, izithunzi azibuyi zivuke; ngalokho wabahambela, wabachitha, wenza ukuba konke ukukhunjulwa kwabo kuphele.


Ngathi: “Angiyikumbona uJehova, uJehova ezweni labaphilayo; angisayikubuka muntu nginabakhileyo bezwe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ