Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 7:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 uyangesabisa ngamaphupho, ungethusa ngemibono,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 uyangesabisa ngamaphupho, ungethuse ngemibono,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Khona-ke uyangethusa ngamaphupho, ungethuse ngemibono.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 7:14
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi ekuseni umoya wakhe wakhathazeka; wathuma wabiza izanusi zonke zaseGibithe nezihlakaniphi zonke zalo; uFaro wazilandisa iphupho lakhe; kepha akubangakho ongachazela wona uFaro.


Anginakuthula, angizolile, anginakuphumula; kepha ukuyaluza kuyafika.”


Lapho ngithi umbhede wami uyakungiduduza, ukhukho lwami lungithwalise ukukhala kwami,


ukuze umphefumulo wami ukhethe ukuklinywa nokufa kunalawa mathambo ami.


Lapho ngilala phansi, ngisho ngithi: ‘Ngingavuka nini,’ ngokuba ubusuku bude; ngigcwele ukubinyabinyeka kuze kuse.


Ngomnyaka wesibili wokubusa kukaNebukadinesari uNebukadinesari waphupha amaphupho; umoya wakhe wakhathazeka, nobuthongo bakhe bambalekela.


Bekukuhle kimi ukwazisa izibonakaliso nezimangaliso uNkulunkulu oPhezukonke azenzile kimi.


Esahlezi esihlalweni sokwahlulela, umkakhe wathumela kuye, wathi: “Ungabi nandaba kulowo muntu olungileyo; ngokuba ngihluphekile kakhulu namuhla ngaye ephusheni.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ