Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 5:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 “Kodwa mina bengiyakumfuna uNkulunkulu; kuNkulunkulu bengiyakubeka indaba yami,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 “Kepha mina bengiyakumfuna uNkulunkulu, kuNkulunkulu bengiyakuyibeka indaba yami,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Bengiyakumfuna uNkulunkulu, kuNkulunkulu bengiyakubeka indaba yami;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 5:8
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Uma ulungisa inhliziyo yakho, welulele izandla zakho kuye;


Enikwaziyo ngiyakwazi nami; angahlulwa yinina.


Kepha ngiyakukhuluma kuSomandla; ngifuna ukuphikisana noNkulunkulu.


“Mawujwayelane naye, ube nokuthula; ngalokho okuhle kuyakufika kuwe.


Uyakukhuleka kuye, akuzwe, wena ugcwalise izithembiso zakho.


khona, uma wena ufunisisa uNkulunkulu, unxuse kuye uSomandla,


Nikela indlela yakho esandleni sikaJehova, umethembe; yena uzakukwenza.


ngibize ngosuku lwenhlupheko; ngiyakukukhulula, wena uyakungidumisa.”


Jehova Sebawoti, mahluleli olungileyo, ovivinya izinso nenhliziyo, mangibone ukuphindisela kwakho kubo, ngokuba ngibonakalisile indaba yami kuwe.


ngaleso sizathu ngiyahlupheka nangalokhu, kepha anginamahloni, ngokuba ngiyamazi engikholwa nguye, ngiyethemba ukuthi unamandla okulonda lokho engikubekile kuye, kuze kube yilolo suku.


owathi ethukwa, akaphindisanga athuke; ehlushwa akasongelanga kepha wakunikela kuye owahlulela ngokulunga;


Ngakho abahluphekayo ngokwentando kaNkulunkulu mababeke imiphefumulo yabo kuMdali othembekayo ngokwenza okuhle.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ