Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 5:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Abantwana baso bakude nokusindiswa, bachotshozwa esangweni; akakho obophulayo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Abantwana baso abavikelekile impela, bayagandaywa esangweni, abanaye umhlengi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Abantwana bakhe bakude nokuphepha, bachotshozwa esangweni, akakho ongabasindisayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 5:4
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

bheka, kwafika, kwadabula ihlane umoya omkhulu, washaya amagumbi omane endlu, yawa phezu kwezinsizwa, zafa; mina ngedwa kuphela ngisindile, ukuze ngikubikele.”


noma ukwazi ukuthi angimubi nokuthi akakho ongophula esandleni sakho.


Abantwana bakhe bayakuzincengela kwabampofu, izandla zakhe zibuyise impahla yakhe.


Uma abantwana bakhe banda, bandela inkemba; inzalo yakhe ayiyikusutha ngokudla.


Uma abantwana bakho bonile kuye, yena wabanikela emandleni ezono zabo,


Ukusindiswa kukude nababi, ngokuba abafuni izimiso zakho.


Ibusisiwe indoda emgodla wayo ugcwele bona; abayikujabha lapho bekhuluma nezitha zabo esangweni.


ngisindise kubo bonke abangizingelayo, ungikhulule, bangaze bawudwengule umphefumulo wami njengengonyama eklebhula, kungekho okhululayo.


ungazikhothameli, ungazikhonzi, ngokuba mina Jehova uNkulunkulu wakho nginguNkulunkulu onomhawu, ngihambela ububi bawoyise kubantwana kuso isizukulwane sesithathu nesesine sabangizondayo,


Ukuhlakanipha kuphakeme kunesiwula; esangweni asivuli umlomo waso.


Ngokuba ngiyazi ukuthi iziphambeko zenu ziningi nokuthi izono zenu zinkulu, nina enicindezela abalungileyo, namukela umvuzo, nenichezukisa abampofu esangweni.


“ ‘Obalekelayo komunye waleyo mizi uyakuma ngasesikhaleni sesango lomuzi, akhulume indaba yakhe ezindlebeni zamalunga alowo muzi, angene naye emzini, amuphe indawo ukuba ahlale phakathi kwabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ