Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 5:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Emini bahlangana nobumnyama, baphumputha emini njengasebusuku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 Bahlangabezana nobumnyama emini kwabha, baphuphutheke emini, kube sengathi kusebusuku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Bahlangana nobumnyama emini, nobumnyama ntambama njengasebusuku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 5:14
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ziyaphumputha ebumnyameni zingenakukhanya, uyazintengantengisa njengesidakwa.


Akayikusuka ebumnyameni; ilangabi liyakushisa amagatsha akhe, amuke ngokuphefumula komlomo kaNkulunkulu.


Uyakukhishwa ekukhanyeni, aqhutshelwe ebumnyameni, axoshwe ezweni.


Ubumnyama bonke bubekelelwe ingcebo yakhe; umlilo ongavuthelwanga uyakuyidla, uchithe okusele etendeni lakhe.


Ukukhanya kwakho kuphenduke ubumnyama, ukuze ungaboni, nesikhukhula samanzi siyakusibekela.


“Bakhona abakuhlubukile ukukhanya; abazi indlela yakho, abanamatheli emikhondweni yakho.


Ababi sebenqatshelwe ukukhanya kwabo, nengalo ephakemeyo yaphuliwe.


UJehova wayesethi kuMose: “Yelula isandla sakho ngasezulwini ukuba kube khona ubumnyama ezweni laseGibithe obuphatheka ngesandla.”


UMose wayeseselula isandla sakhe ngasezulwini; kwaba khona isigayegaye esinzima ezweni lonke laseGibithe izinsuku ezintathu.


Indlela yababi injengobumnyama; abazi ukuthi bakhubeka ngani.


Siphuthaza udonga njengempumputhe, yebo, siphumputha njengabangenamehlo; sikhubeka emini njengasekuhweleleni; phakathi kwabaphilayo sinjengabafileyo.


“Kuyakuthi ngalolo suku,” isho iNkosi uJehova, “ngilishonise ilanga emini, ngenze ukuba kube mnyama emhlabeni emini ekhanyayo.


uphumputhe emini njengempumputhe iphumputha ebumnyameni; awuyikuphumelela ezindleleni zakho, uyakucindezelwa kuphela, uphangwe; akuyikubakho muntu wokukusindisa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ