Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 5:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 “Ake umemeze; ukhona okuphendulayo na? Uyakuphendukela kumuphi kwabangcwele na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 “Ake umemeze: ukhona yini okuphendulayo na? Yimuphi kwabangcwele oyakuphendukela kuye na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Biza manje, uma ekhona oyakuphendula; futhi yimuphi kwabangcwele eniyakuphendukela kuye?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 5:1
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bheka, nabangcwele bakhe akabethembi, nezulu alihlambulukile emehlweni akhe;


Ake unginike isibambiso, ungimele; ngubani oyakuxhawulana nami na?


Bheka, nasezincekwini zakhe akethembi, nezingelosi zakhe uyazibeka icala;


Baba nomhawu ngoMose ekamu,* nango-Aroni ongcwele kaJehova.


Abangcwele abasemhlabeni, abayizikhulu, yonke intokozo yami ikubona.


Izimangaliso zakho, Jehova, ziyadunyiswa ngamazulu, ukuthembeka kwakho ebandleni labangcwele.


“Thulani phambi kwami nina ziqhingi, izizwe zithole amandla amasha. Mazisondele, andukuba zikhulume, sisondelane ekwahluleleni.


UPawulu, umphostoli kaKristu Jesu ngentando kaNkulunkulu, kubo abangcwele abase-Efesu nakubo abakholwa nguKristu Jesu:


Ngalokho-ke nathi, lokhu sinefu elingaka lawofakazi elisihaqileyo, masilahle konke okusindayo nesono esithandela kangaka kithi, sigijime ngokubekezela kulokhu kuncintisana esikumiselweyo,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ