Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 41:34 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Ubona konke okuphakemeyo; uyinkosi phezu kwabo bonke abantwana bokuzikhukhumeza.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

34 Ikubona konke okuziphakamisayo, iyinkosi phezu kwabo bonke abantwana abazikhukhumezayo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Ibona konke okuphakemeyo; iyinkosi phezu kwazo zonke izidlayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 41:34
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngamandla akhe uyanyakazisa amanzi; ngokuqonda kwakhe uyachitha uRahabi.


Izilwane ezinkulu azihambanga ngawo, nengonyama ayidlulanga ngawo.


Ngakho-ke isizwe sakhe sibuyela lapha; amanzi amaningi bazimuncela wona.


Ngakho-ke iqholo lingumnaka wabo; indluzula ibembesa njengengubo.


Wathi uFaro: “Ngubani uJehova ukuba ngilalele izwi lakhe, ngimyeke u-Israyeli ukuba ahambe na? Angimazi uJehova, futhi angiyikumvumela u-Israyeli ukuba ahambe.”


Wo kuwo umqhele wokuziphakamisa wezidakwa zakwa-Efrayimi, nakuyo imbali ebunayo yobuhle bakhe obukhazimulayo, esenhloko yesigodi esivundileyo sabanqotshwe yiwayini.


ukhulume uthi: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: “ ‘Bheka, ngimelene nawe Faro, nkosi yaseGibithe, drako* omkhulu, obuthisa phakathi kwemifula yakho uthi: “Umfula ungowami, mina ngiwenzile.”


Isilo engasibonayo sasifana nengwe, nezinyawo zaso zazinjengezebhere*, nomlomo waso wawunjengomlomo wengonyama. Udrako wasinika amandla akhe, nesihlalo sakhe sobukhosi, nokubusa okukhulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ