Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 41:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ukuphefumula kwakhe kokhela amalahle, nelangabi liphuma emlonyeni wakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

21 Ukuphefumula kwayo kokhela amalahle, kuphuma ilangabi emlonyeni wayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ukuphefumula kwakhe kuphemba amalahle, nelangabi liphuma emlonyeni wakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 41:21
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Emakhaleni akhe kuphuma umusi njengasesocweni esibilayo nasemihlangeni eshayo.


Entanyeni yakhe kuhlala amandla, nengebhe iyaxhuma phambi kwakhe.


Ekukhazimuleni okuphambi kwakhe amafu akhe abanga phambili, isichotho namalahle avuthayo.


Kwenyuka umusi emakhaleni akhe, nomlilo odlayo emlonyeni wakhe; amalahle avutha kuye.


Indawo yokushisela kade yahlelwa, yebo, yalungiselwa nenkosi; uyenze yajula, yaba banzi; igoqo layo lingumlilo nezinkuni eziningi, nokuphefumula kukaJehova kunjengomfula wesibabule; kuyayokhela.


Utshani buyabuna, imbali iyavuthuluka, ngokuba umoya kaJehova uyaphephetha kukho. Impela abantu bangutshani.


Ngaphambi kwakhe kuhamba isifo, amalangabi aphuma ezinyathelweni zakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ