Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 40:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Izihlahla ezinomthunzi ziyamsibekela ngomthunzi wazo; iminyezane yasemfuleni iyamphahla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

22 Izihlahla ezinomthunzi zimsitha ngomthunzi wazo, azungezwe yiminyezane esemfuleni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Imithi yethunzi imsibekela ngomthunzi wayo; iminyezane yesifufula iyamhaqa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 40:22
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ulala phansi kwezihlahla ezinomthunzi ekusitheni kwemihlanga nasemaxhaphozini.


Bheka, noma kuphuphuma umfula, akethuki; uyaqalaba, noma iJordani ligijigijimela emlonyeni wakhe.


Ngalokho okuseleyo abakutholileyo, nemfuyo yabo, bakuwelisa uMfula Weminyezane.


bayakuhluma phakathi kotshani njengeminyezane ngasemifudlaneni yamanzi.


“ ‘Lwathatha nasembewini yezwe, lwayitshala emhlabathini othelayo, lwayibeka ngasemanzini amaningi, lwayifaka njengomnyezane.


Ngosuku lokuqala anothabatha izithelo zemithi emihle, namagatsha amasundu, nezingatsha zemithi edumbileyo, neminyezane yemifula, nethabe phambi kukaJehova uNkulunkulu wenu izinsuku eziyisikhombisa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ