Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 40:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Bafihle othulini kanyekanye, ubophe ubuso babo endaweni ethukusiweyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 Bafihle othulini kanyekanye, ubophe ubuso babo endaweni efihlakeleyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Bafihle kanyekanye othulini; futhi ubophe ubuso babo ngasese.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 40:13
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi isibuya ensimini yendlu yenkosi, ingene endlini yedili lewayini, uHamani wayesewele embhedeni u-Esteri ayekuwo. Yayisithi inkosi: “Uyakuyiphoqa inkosikazi phambi kwami lapha endlini na?” Lapho liphuma leli zwi emlonyeni wenkosi, bamboza ubuso bukaHamani.


Sengathi ungangifihla endaweni yabafileyo, ungisithe kuze kudlule intukuthelo yakho, unginqumele isikhathi, ungikhumbule.


“Abangesabi ngenhliziyo baqongelela ulaka; abakhali lapho ebabopha.


Khona ngiyakukudumisa nami ngokuthi isandla sakho sokunene singakusindisa.


Baqhutshelwa endaweni yabafileyo njengezimvu; ukufa kuyakubalusa, abaqotho babuse phezu kwabo ngakusasa, isimo sabo siqedwe yindawo yabafileyo, bangabe besaba nandlu.


Ngena edwaleni, ucashe othulini ngokwesabeka kukaJehova nangodumo lobukhosi bakhe.


Waphuma ofileyo eboshwe izinyawo nezandla ngezindwangu, ubuso bakhe bumboziwe ngeduku. UJesu wathi kubo: “Mthukululeni, nimyeke ahambe.”


“Uyakugcina izinyawo zabathembekileyo bakhe, kepha ababi bayakuthuliswa ebumnyameni, ngokuba akukho muntu oyakwahlula ngamandla.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ