Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 4:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Njengokubona kwami abalima okubi bahlwanyele ukona, bayakuvuna.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Ngibabonile abahlwanyela inkohlakalo, nabalima inkathazo, bavuna inhlupheko.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Njengoba ngibonile, abalima ububi bavuna, bahlwanyele ububi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 4:8
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Makangethembi ezeni, ezikhohlisa, ngokuba ize liyakuba ngumvuzo wakhe.


Bakhulelwe ingozi, bazala ukona; isisu sabo silungisela inkohliso.”


Ngalokho bayakudla izithelo zendlela yabo, basuthe ngamacebo abo.


Ohlwanyela ububi uyakuvuna usizi, nenduku yolaka lwakhe iyakuphela.


ngosuku lokutshala kwakho, lapho ubiyela, nangokusa kokuhlwanyela kwakho, lapho wenza ukuba kuqhakaze, ukuvuna kuyakubaleka ngosuku losizi nolobuhlungu obungenakupholiswa.


“Ukuhamba kwakho nezenzo zakho kukwenzele lokhu; lokhu kuyingozi yakho ngokuba imunyu; ifinyelele enhliziyweni yakho.”


“Ngokuba bahlwanyele umoya, bayakuvuna isivunguvungu; izele alinahlumela, alivezi impuphu; uma liyiveza, iyakuqedwa ngabafokazi.


Kepha nakhu: ohlwanyela ingcosana uyakuvuna ingcosana, nohlwanyela kakhulu uyakuvuna kakhulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ