Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 39:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Iphatha kalukhuni amazinyane ayo, kungathi awasiwo awayo; ayinangebhe yokuthi umshikashika wayo ungaba yize.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Iwaphatha ngesihluku amazinyane ayo, kube sengathi akusiwo awayo, ayesabi ukuthi umshikashika wayo ungase ube yize.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ulukhuni ngokumelene nabancane bakhe kungathi abasibo abakhe; umshikashika walo uyize, angesabi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 39:16
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Iyakhohlwa ukuthi unyawo lungawachoboza nokuthi isilwane sasendle singawanyathela.


Ngokuba uNkulunkulu wayenza ukuba ikhohlwe ukuhlakanipha, akayabelanga ukuqonda.


Umshikashika weziwula uyaziqoba, ukuze zingazi nokuya emzini.


“Bheka, Jehova, ubone ukuthi wenzile kanjalo kubani. Abesifazane bayakudla yini izithelo zabo, izingane eziphathiweyo kahle, na? Abaprofethi nabapristi bayakubulawa endlini engcwele yeNkosi, na?


Namakhanka ehlisa, ancelise amazinyane awo. Indodakazi yabantu bami isinonya, njengezintshe zasehlane.


Bheka, akuveli kuJehova Sebawoti ukuthi abantu bakhandlekela umlilo, izizwe zizikhathaze ngokuyize, na?


nabangenangqondo, nabangathembekile, nabangenaluthando, nabangenasihawu,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ