Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 39:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Ungayibophela inyathi ngentambo emseleni, ibhuqe izigodi emva kwakho, na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 Ungayibophela yini inyathi ukuba ilime, noma ihlelembe esigodini emva kwakho na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ungabophela inyoti ngebhande layo emseleni na? noma uzolandela izigodi kimi?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 39:10
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

kwafika isithunywa kuJobe, sathi: “Izinkabi bezilima, izimbongolo ziklabile eceleni kwazo,


Ungayethemba, ngokuba amandla ayo makhulu, ushiye umshikashika wakho kuyo, na?


“Ngubani ovumele imbongolo yasendle ukuba ihambe; ngubani owathukulula izintambo zayo,


Ihleka umsindo wedolobha, ingezwa ukumemeza komshayeli.


“Inyathi iyakuthanda ukukhonza, ihlale ebusuku emkhombeni wakho, na?


Ungadlala naye njengenyoni, umbophele amantombazana akho, na?


Abalimi balima emhlane wami, benza ibe mide imisele yabo.


Bophelani enqoleni ihhashi elinejubane, nina enakhileyo eLakishi; lona lalingukuqala kwezono kuyo indodakazi yaseSiyoni, ngokuba iziphambeko zakwa-Israyeli zafunyanwa kuwe.


UNkulunkulu wabakhipha eGibithe; unjengezimpondo zenyathi kubo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ