Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 38:37 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 Ngubani ongabala amafu ngokuhlakanipha, ngubani ongathulula izimvaba zasezulwini,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

37 Ngubani ongabala amafu ngokuhlakanipha, athulule izimvaba zamanzi zasezulwini,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

37 Ngubani ongabala amafu ngokuhlakanipha na? noma ngubani ongathulula amagabha asezulwini,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 38:37
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wamphumisela ngaphandle, wathi: “Bheka ngasezulwini, ubale izinkanyezi, uma ungazibala.” Wathi kuye: “Kuyakuba njalo inzalo yakho.”


ngomnyaka wamakhulu ayisithupha wokuhamba kukaNowa ngenyanga yesibili ngosuku lweshumi nesikhombisa lwenyanga, ngalona lolo suku imithombo yonke yotwa yabhoboka, namafasitele asezulwini avuleka.


UNkulunkulu wayesemkhumbula uNowa, nezilwane zonke, nezinkomo zonke ezinaye emkhunjini. UNkulunkulu wadlulisa umoya phezu komhlaba, amanzi abohla.


Khona ngiyakukhumbula isivumelwano esiphakathi kwami nani nazo zonke izilwane eziphilayo zenyama yonke; amanzi awasayikuba nguzamcolo wokuchitha inyama yonke.


“Ungaphakamisela izwi lakho emafwini, ukuze amanzi amaningi akusibekele, na?


lapho uthuli luphenduka isigaxa, namagabade anamathelane, na?


Ehlakaniphile enhliziyweni, eqinile emandleni, ngubani oziqinisele kuye, waphumelela,


Uyabala inani lezinkanyezi, azibize zonke ngamagama.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ