Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 38:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Iphi indlela eya lapho ukukhanya kwahlukaniselwa khona, nalapho umoya wasempumalanga uhlakazekela khona emhlabeni, na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

24 Iphi indlela eya lapho ukukhanya kuhlakazwa khona, nalapho umoya wasempumalanga uhlakazekela khona emhlabeni na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Yini eyahlukanisa ukukhanya okuhlakazwa ngumoya wasempumalanga emhlabeni na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 38:24
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyingiliza ngomudwa phezu kobuso bamanzi, kuze kuphele ukukhanya ebumnyameni.


engiziqongelele isikhathi sokuhlupheka nosuku lokulwa nolwempi, na?


Ngubani ovulele ukuchichima kwamanzi umsele nonyazi lokuduma indlela,


UMose wayeselula isandla sakhe phezu kolwandle; uJehova wamukisa amanzi ngomoya onamandla wasempumalanga ubusuku bonke, waphendula ulwandle lwaba ngumhlabathi owomileyo, amanzi ahlukana.


Kwathi ekuphumeni kwelanga uNkulunkulu walungisela umoya oshisayo wasempumalanga; ilanga lashaya ekhanda likaJona, waba nesiyezi, wazicelela ukuba afe, wathi: “Kungcono kimi ukufa kunokuphila.”


ngokuba njengonyazi luphuma empumalanga, lubonakale kuze kube sentshonalanga, kuyakuba njalo ukufika kweNdodana yomuntu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ