Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 38:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Ababi sebenqatshelwe ukukhanya kwabo, nengalo ephakemeyo yaphuliwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 Ukukhanya kugodliwe ezikhohlakalini, kwaqedwa nobudlova bazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ababi bagodliwe ukukhanya kwabo, nengalo ephakemeyo iyakwaphulwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 38:15
17 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Sebehlela kuye, u-Elisha wakhuleka kuJehova, wathi: “Mawushaye lesi sizwe ngobumpumputhe.” Wasishaya ngobumpumputhe njengezwi lika-Elisha.


Uyakukhishwa ekukhanyeni, aqhutshelwe ebumnyameni, axoshwe ezweni.


Yebo, nokukhanya komubi kuyakucimeka, nelangabi lomlilo wakhe aliyikukhanya.


“Bakhona abakuhlubukile ukukhanya; abazi indlela yakho, abanamatheli emikhondweni yakho.


maliwe ihlombe lami esiphangeni, nengalo yami yaphulwe enkothweni yayo.


Uguquka njengebumba lophawu lokunamathelisa; konke kuqhamuka kungathi kwembesiwe.


Emini bahlangana nobumnyama, baphumputha emini njengasebusuku.


Uyasindisa enkembeni yemilomo yabo, yebo, abampofu esandleni sonamandla.


Yaphula ingalo yomubi; buphenyisise ububi besoni, ukuze ungabe usabufumana.


Ngokuba izingalo zababi ziyakwaphulwa, kepha uJehova uyabaphasa abalungileyo.


Indlela yababi injengobumnyama; abazi ukuthi bakhubeka ngani.


Mnikeni uJehova uNkulunkulu wenu udumo, engakalihlwisi, futhi zingakakhubeki izinyawo zenu ezintabeni zokuhwelela, nothi nisabheka ukukhanya, akuphendule ithunzi lokufa, akwenze kube yisigayegaye.


Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Bheka, ngimelene noFaro inkosi yaseGibithe; ngiyakwaphula izingalo zakhe, eqinileyo neyaphukileyo, ngenze ukuba inkemba iwe esandleni sakhe.


“ ‘Kepha okwenza ngesandla esiphakemeyo, noma engowokuzalwa ekhaya noma engumfokazi, uyamhlambalaza uJehova; lowo muntu uyakunqunywa kubantu bakubo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ