Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 37:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Yebo, uyathwesa amafu ngokuswakama; uyeneka amafu onyazi lwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 Yebo, ugcwalisa amafu ngomswakama, awendlale amafu onyazi lwakhe,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Futhi ngokunikeza amanzi ubopha ifu eliminyene; uyeneka ifu lakhe elikhanyayo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 37:11
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesekhuphuka u-Ahabi ukuba adle, aphuze. U-Eliya wakhuphukela esiqongweni saseKarmeli, wakhothamela phansi, wabeka ubuso bakhe phakathi kwamadolo akhe.


Ubopha amanzi emafwini akhe; ifu alidabuki phansi kwawo.


lapho enzela imvula isimiso, nonyazi lokuduma indlela,


Uyasibekela izandla zakhe ngokukhanya, akuyale ukuba kushaye isigcibisholo.


Uyazi yini ukuthi uNkulunkulu uwayala kanjani, enze ukuba unyazi lwamafu akhe lukhanye na?


Uyakukhipha phansi kwalo lonke izulu, nonyazi lwakhe luya emagumbini omhlaba.


Ngokuba uJehova ushilo kimi kanje, wathi: “Ngiyakubheka ngithule, ngisendaweni yami, njengokubalela okukhazimula ekukhanyeni kwelanga, njengefu lamazolo ekufudumaleni ngesikhathi sokuvuna.”


Esakhuluma, bheka ifu elikhanyayo labasithibeza; bheka, kwavela izwi efwini, lathi: “Lo uyiNdodana yami ethandekayo engithokozile ngayo; yizweni.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ