Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 32:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 U-Elihu, indodana kaBarakeli, umBuzi, wayesethatha-ke, wathi: “Mina ngisemusha ngeminyaka, nina nibadala; ngalokho nganginamahloni, ngesaba ukunitshela umqondo wami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 U-Elihu, indodana kaBharakheli, umBhuzi wakhuluma, wathi: “Mina ngisemusha ngeminyaka, nina nibadala; yingakho bengikhathazekile, nginamahloni, ngesaba ukunitshela okusemqondweni wami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Wayesephendula u-Elihu indodana kaBarageli umBushi, wathi: “Mina ngimncane, nina nibadala kakhulu; ngakho-ke ngesaba futhi angizange ngilokothe ngimemezele umbono wami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 32:6
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ezimpungeni kukhona ukuhlakanipha, nasebudeni bezinsuku ukuqonda.


Kithina kukhona izimpunga namakhehla amadala kunoyihlo.


Ungumuntu wokuqala owazalwayo na? Wavela ngaphambi kwezintaba na?


Lwase luvutha ulaka luka-Elihu, indodana kaBarakeli, umBuzi womndeni kaRamu; ulaka lwakhe lwavuthela uJobe, ngokuba wazithetha yena kunoNkulunkulu.


Lapho u-Elihu esebona ukuthi ayikho impendulo emilonyeni yalawo madoda amathathu, lwavutha ulaka lwakhe.


“ ‘Wosukuma phambi kwempunga, uhloniphe ubuso bomuntu omdala, umesabe uNkulunkulu wakho; nginguJehova.


Nikani bonke okubafaneleyo: intela kofanele intela, inkokhiso kofanele inkokhiso, ukwesaba kofanele ukwesatshwa, udumo kofanele udumo.


Ungayikhaci indoda endala, kodwa yiyale njengoyihlo, namadoda amasha njengabafowenu,


Ngokunjalo ubayale abesilisa abasha ukuba babe ngabaqondileyo,


Ngokunjalo, nina basha, thobelani amalunga; kepha nonke yembathani ukuthobeka, nithobelane, ngokuba uNkulunkulu umelana nabazidlayo, kepha abathobekileyo ubapha umusa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ