Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 31:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 “Uma ngihambile ngamanga, nonyawo lwami luphuthume enkohlisweni,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 “Uma ngihambe ngokukhohlakala, nonyawo lwami lusheshile ukuya enkohlakalweni,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Uma ngihamba okuyize, noma unyawo lwami luphuthuma ukukhohlisa;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 31:5
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Makangethembi ezeni, ezikhohlisa, ngokuba ize liyakuba ngumvuzo wakhe.


Bakhuluma amanga, kwaba yilowo nalowo kumakhelwane wakhe; ngezindebe ezithophayo bakhuluma nganhliziyombili.


Angihlali nabantu bamanga, angihambelani nezimbulu.


Madodana abantu, koze kube nini ubukhosi bami budunyazwa na? Koze kube nini nithanda okuyize, nifuna amanga, na? Sela*


Olima insimu yakhe uyakusutha ngokudla, kepha olandela amayiyane akanangqondo.


Usho kanje uJehova, uthi: “Ububi buni oyihlo ababufumene kimi, baze badeda kude nami, balandela okuyize, baba yize, na?


“ ‘Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ngokuba nikhulumile okuyize, nibonile amanga, ngalokho bhekani, ngimelene nani, isho iNkosi uJehova.


Uma bekuhambahamba umuntu okhuluma umoya nje namanga, athi: ‘Ngiyakuprofetha kuwe ngewayini nangophuzo olunamandla,’ ubeyakuba ngumprofethi walaba bantu.


“UNkulunkulu, uJehova uNkulunkulu, yebo, uNkulunkulu, uJehova uNkulunkulu, uyakwazi, no-Israyeli futhi uyakukwazi ukuthi uma kwakungokuhlubuka noma kungokuphambuka kuJehova, ungasisindisi namuhla


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ