Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 3:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 abathokoza baze bethabe, bajabule, uma belithola ithuna,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

22 abathokoza, bethabe, bajabule uma bethola ingcwaba?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 abajabulayo, bajabule, uma bengathola ithuna na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 3:22
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha amehlo ababi ayakufiphala; abayikuba nandawo yokuphephela; ithemba labo liyakuba ngukuphuma komphefumulo.”


Amagabade asesigodini ayakuba mnandi kuye; bonke abantu bayakudonswa emva kwakhe, njengokuba bengenakubalwa nababe phambi kwakhe.


abalinda ukufa kungafiki, abakumba kunengcebo;


nomuntu ondlela yakhe isithekile, uNkulunkulu ambiyeleyo nxazonke zakhe, na?


Lokho ngakube kuhlale kube yinduduzo yami, yebo, ngabe ngijabule ebuhlungwini obungahawukeliyo ukuthi angigodlanga amazwi oNgcwele.


“Sengathi isicelo sami singenziwa, uNkulunkulu angiphe lokhu engikubhekayo.


ukuze umphefumulo wami ukhethe ukuklinywa nokufa kunalawa mathambo ami.


Ngase ngibusisa abafileyo asebafa kunabaphilayo abasekhona,


kepha badlulwa bobabili nguye ongakabikho, ongabonanga umsebenzi omubi owenziwa phansi kwelanga.


Ukufa kuyakukhethwa kunokuphila yinsali yonke esele kulowo mndeni omubi, esele ezindaweni zonke, lapho ngiyixoshele khona, usho uJehova Sebawoti.’


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ