Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJobe 3:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 ngokuba abuvalanga izivalo zesizalo sikamame, abufihlanga ukuhlupheka emehlweni ami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 ngokuba abuzivalanga izivalo zesizalo sikamame, abuyifihlanga inkathazo emehlweni ami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ngoba aluvalanga iminyango yesizalo sikamame futhi alufihlanga usizi emehlweni ami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJobe 3:10
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba uJehova wayevalile nokuvala zonke izizalo zabendlu ka-Abimeleki ngenxa kaSara umka-Abrahama.


UJehova ebona ukuthi uLeya uyazondwa, wavula isizalo sakhe; kepha uRaheli wayeyinyumba.


“Umphefumulo wami ukhathele ukuhamba kwami; ngiyazinikela ekukhaleni, ngikhulume ngomunyu womphefumulo wami.


“Nanamuhla ukukhala kwami kumunyu; isandla sami siyasinda ngokububula kwami.


“Angifanga ngani esizalweni na? Angibhubhanga ngani ekuphumeni kwami esiswini na?


Izinkanyezi zokuhwelela kwabo maziphenduke ubumnyama; mabulinde ukukhanya kungabikho, bungaboni izinkophe zokusa,


Khipha usizi enhliziyweni yakho, udlulise okubi emzimbeni wakho, ngokuba ubusha nobunsizwa buyize.


ngokuba akangibulalanga esiswini, umame waze waba yithuna lami, nesisu sakhe saba sikhulelwe njalo.


kepha wanika uHana isabelo siphindwa kabili, ngokuba wayemthanda uHana, kepha uJehova wayesivalile isizalo sakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ